Emva kokuzalwa kukaNahori uSerugi wahamba iminyaka engamakhulu amabili, wazala amadodana namadodakazi.
UGenesise 11:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNahori wahamba iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye, wazala uThera. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNahori wahamba iminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye, wazala uThera. IsiZulu 2020 UNahori eseneminyaka engama-29, wazala uThera. |
Emva kokuzalwa kukaNahori uSerugi wahamba iminyaka engamakhulu amabili, wazala amadodana namadodakazi.
Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi.
Nanku umumo wazo: izingqwembe zegolide ezingamashumi amathathu, izingqwembe zesiliva eziyinkulungwane, ommese abangamashumi amabili nesishiyagalolunye,
owayeyindodana kaJakobe, indodana ka-Isaka, indodana ka-Abrahama, indodana kaThara, indodana kaNahori,
UJoshuwa wayesethi kubo bonke abantu: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Ezinsukwini zasendulo oyihlo babehlala ngaphesheya koMfula, uThera, uyise ka-Abrahama, noyise kaNahori; bakhonza abanye onkulunkulu.