UGenesise 11:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Arpakishadi wahamba iminyaka engamashumi amathathu nanhlanu, wazala uSala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Arpakishade wahamba iminyaka engamashumi amathathu nanhlanu, wazala uShela. IsiZulu 2020 Kuthe u-Arifaksadi eseneminyaka engama-35, wazala uShela. |
Emva kokuzalwa kuka-Arpakishadi uShemi wahamba iminyaka engamakhulu amahlanu, wazala amadodana namadodakazi.
U-Arpakishade waphila eminye iminyaka engamakhulu amane nantathu ngemva kokuzalwa kukaShela, wazala amadodana namadodakazi.
Owayeyindodana kaKhayinan, indodana ka-Arpakishadi, indodana kaSemi, indodana kaNowa, indodana kaLameka,