UGenesise 10:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 no-Ofiri noHavila noJobabi; bonke babengamadodana kaJokitani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE no-Ofiri, noHavila, noJababi; bonke laba babengamadodana kaJokothane. IsiZulu 2020 u-Ofiri, uHavila noJobhabhu. Bonke laba babengamadodana kaJokithani. |
Indawo yabo yokuhlala yayisuka eMesha, lapho uya eSefari, intaba yasempumalanga.
Igama lowokuqala yiPishoni; ezungeza izwe lonke laseHawila, lapho kukhona igolide;
Bahlala-ke kusukela eHawila kuze kube seSuri eliphambi kweGibhithe, ekuqhubekeni kwenu ukuya eAsiriya; wafa phambi kwabafowabo bonke.
UJehoshafati wenza imikhumbi evela eTharishishi ukuya e-Ofiri ukulanda igolide; kodwa kabahambanga; ngoba imikhumbi yaphuka e-Esiongeber.
Bafika e-Ofiri, balanda khona igolide, amathalenta angamakhulu amane namashumi amabili, baliletha enkosini uSolomoni.
nabafowabo, izinhloko zezindlu zoyise, inkulungwane namakhulu ayisikhombisa namashumi ayisithupha; amadoda amaningi anamandla emsebenzini wenkonzo yendlu kaNkulunkulu.
Khona-ke kumelwe ulahle igolide njengothuli negolide lase-Ofiri njengamatshe emithombo.
Amadodakazi enkosi ayephakathi kwabesifazane bakho abahloniphekile; Indlovukazi imi ngakwesokunene sakho, igqoke igolide laseOfiri.
Ngiyakwenza umuntu abe yigugu kunegolide elihle; yebo, umuntu enjengesigaxa segolide saseOfiri.
USawule wawachitha ama-Amaleki kusukela eHavila kuze kufike eShuri elingaphambi kwaseGibhithe.