UGenesise 10:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 nama-Arvadi namaZemari namaHamati, emva kwalokho kwakhula imindeni yamaKhanani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nama-Arvadi, namaSemari, namaHamati; ngasemuva imindeni yamaKhanani yahlakazeka. IsiZulu 2020 ama-Arivadi, amaZemari, namaHamathi. Emveni kwalokho imindeni yamaKhanani yasabalala kulo lonke izwe, |
Umkhawulo wamaKhanani wasuka eSidoni, wasinga eGerari, waya eGaza; ekuhambeni kwakho, eSodoma, naseGomora, nase-Adima, naseSeboyimi, naseLasha.
Kwathi uThoyi inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye ibutho lonke likaHadadezeri,
Inkosi yase-Asiriya yaletha abantu eBabele, naseKutha, nase-Awa, naseHamati, naseSefarivayimi, yawabeka emizini yaseSamariya esikhundleni sabantwana bakwa-Israyeli; balidla iSamariya, bahlala emzini imizi yalo.
Abantu baseBabele benza iSukoti-bhenoti, abantu baseKuti benza uNerigali, abantu baseHamati benza uAshima.
U-Abiya wema ezintabeni zaseSemarayimi ezintabeni zakwa-Efrayimi, wathi: “Ngizweni, Jerobowamu no-Israyeli wonke!
IKalino alinjengeKharikemishi na? IHamati alinjenge-Aripadi na? ISamariya alinjengeDamaseku na?
Abakhileyo eSidoni nase-Arvadi babengamatilosi akho; abahlakaniphileyo bakho, Tire, ababekuwe, babengabashayeli bakho.
Kusukela entabeni yaseHori niyakuphawula umkhawulo wenu kuze kufike ekuyeni eHamati; futhi ukuphuma komngcele kumelwe kube seSedadi.