Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, uzibuthele kona; kuyakuba ngukudla kwakho nokwazo.
UGenesise 1:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha zonke izilwane zomhlaba, nezinyoni zonke zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, okukhona kuzo ukuphila, ngazinika zonke izitshalo eziluhlaza zibe ngukudla. Kwenzeka kanje. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha zonke izilwane zomhlaba, nezinyoni zonke zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, eziphefumulayo, zona nginike yonke imifino eluhlaza ibe ngukudla,” kwaba njalo. IsiZulu 2020 Kepha zonke izilwane zasendle, nazo zonke izinyoni emkhathini, nakho konke okuhuquzelayo emhlabeni, nakho konke okunomphefumulo, ngikunike konke okuluhlaza okumilayo ukuba kukudle.” Kwaba njalo. |
Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, uzibuthele kona; kuyakuba ngukudla kwakho nokwazo.
Konke okuphilayo kuzakuba ngukudla kwenu; njengekhambi eliluhlaza ngikunike konke.
Abancane babo banesimo esihle, bakhula kanye nokolweni; bayaphuma bangabuyeli kubo.
Impela izintaba ziyikhiphela ukudla, lapho kudlala khona zonke izilwane zasendle.
Uhlumisela izinkomo utshani, nezitshalo zokusebenzela umuntu, ukuze kuphume ukudla emhlabeni;