Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kwaba ngukuhlwa, kwaba kusasa, usuku lwesithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lwesithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kwahlwa, kwabuye kwasa, kwaba ngusuku lwesithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 1:13
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umhlaba waveza utshani, nezitshalo ezithela imbewu ngezinhlobo zazo, nemithi ethela izithelo, ekuyo imbewu yayo ngezinhlobo zayo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


UNkulunkulu wathi: “Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso zehlukanise imini nobusuku; futhi mazibe izibonakaliso nezinkathi nezinsuku neminyaka.


UNkulunkulu wabheka konke akwenzileyo, wabona ukuthi kwakukuhle kakhulu. Kwahlwa, kwaba kusasa, usuku lwesithupha.


UNkulunkulu wabiza ukukhanya ngokuthi yiMini, nobumnyama wabubiza ngokuthi ubusuku. Kwaba sebusuku, kwaba ngukusa. Kwakuwusuku lokuqala.


UNkulunkulu wabiza umkhathi, futhi kwaba kusihlwa, futhi kusasa, usuku lwesibili.


UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla, ngalobu busuku, lingakakhali kabili iqhude, uzakungiphika kathathu.