Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UEksodusi 7:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

Zaphelela izinsuku eziyisikhombisa emva kokuba uJehova eshayile umfula.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Zaphelela izinsuku eziyisikhombisa, selokhu uJehova eshayile umfula.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kwedlula izinsuku eziyisikhombisa uSimakade eyishayile iNayili.

Uka jalj uñjjattʼäta



UEksodusi 7:25
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UGadi wasefika kuDavida, wamtshela wathi kuye: Ufike phezu kwakho iminyaka eyisikhombisa yendlala elizweni lakini? Noma uyakubalekela izitha zakho izinyanga ezintathu, zikuxoshe? noma kukhona izinsuku ezintathu zesifo ezweni lakini? ake welulekeni, nibone ukuthi ngizakumphendula bani ongithumileyo.


Ababonananga, futhi izinsuku ezintathu akuvukanga muntu endaweni yakhe yokuhlala, kepha bonke abantwana bakwa-Israyeli kwakukhona ukukhanya ezindaweni zabo zokuhlala.


Bonke abaseGibithe bemba amanzi okuphuza nxazonke zomfula; ngoba babengelakuphuza amanzi omfula.


INkosi yasisithi kuMozisi: Ngena kuFaro, uthi kuye: Itsho njalo iNkosi: Bayekela abantu bami ukuthi bahambe, bangikhonze.