UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
USimakade wakhuluma kuMose, ethi:
Ngena ukhulume kuFaro, inkosi yaseGibithe, ukuba avumele abantwana bakwa-Israyeli baphume ezweni lakhe.
UMose wakhuluma kanje kubantwana bakwa-Israyeli, kepha abamlalelanga uMose ngenxa yobuhlungu bomoya nangenxa yobugqila obunzima.