Ngokuba itabernakele likaJehova uMose alenza ehlane ne-altare lomnikelo wokushiswa ngaleso sikhathi kwakusendaweni ephakeme yaseGibeyoni.
UEksodusi 40:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
Ngokuba itabernakele likaJehova uMose alenza ehlane ne-altare lomnikelo wokushiswa ngaleso sikhathi kwakusendaweni ephakeme yaseGibeyoni.
itende lokuhlangana, nomphongolo wobufakazi, nesihlalo somusa esiphezu kwawo, nempahla yonke yetabernakele;
Futhi zonke izinhliziyo ezihlakaniphile phakathi kwenu ziyakuza, zenze konke uJehova ekuyalile;
Waqedwa-ke wonke umsebenzi wetende lokuhlangana; abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo-ke.
UMose wawubheka wonke umsebenzi, bheka, bawenza njengokuyala kukaJehova, bawenza; uMose wababusisa.
Kwathi ngenyanga yokuqala ngomnyaka wesibili, ngolokuqala lwenyanga, lamiswa itabernakele.