UEksodusi 23:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi ungafakazi ompofu ecaleni lakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nompofu awuyikumvuna ecaleni lakhe. IsiZulu 2020 Awuyukukhombisa ukuvuna ompofu ecaleni. |
Ningenzi okubi enkantolo; ungahloniphi ubuso bompofu, ungahloniphi umuntu onamandla; kodwa kufanele wahlulele umakhelwane wakho ngobulungisa.
Ningakhethi abantu ekwahluleleni; kepha niyakuzwa omncane nomkhulu; akufanele wesabe ubuso bomuntu; ngoba ukwahlulela kungokukaNkulunkulu; necala elinisindayo nililethe kimi, ngilizwe.
Ungachithi ukwahlulela; awuyikubanaka abantu, ungamukeli isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa amehlo abahlakaniphileyo, siphendukezela amazwi abalungileyo.
Kepha ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kuhlanzekile, bese kuba-nokuthula, nokumnene, nokulalela, kugcwele isihawu nezithelo ezinhle, akunabandlululo, nokungazenzisi.