UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma bamlandela bephethe izigubhu nokusina.
UEksodusi 2:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesethi udadewabo endodakazini kaFaro: “Ngihambe ngikubizele umzanyana phakathi kwabesifazane bamaHebheru ukuba akuncelisele umntwana na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Udadewabo wayesethi kuyo indodakazi kaFaro: “Ngihambe ngikubizele umzanyana kuwo amaHeberu ukuba akuncelisele ingane na?” IsiZulu 2020 Udadewabo wathi endodakazini kaFaro: “Ngihambe yini ngiyokulandela umzanyana kwabesifazane bamaHebheru ukuba akuncelisele yona na?” |
UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma bamlandela bephethe izigubhu nokusina.
Eseyivula, wabona umntwana, bheka, umntwana wayekhala. Wamhawukela kakhulu, wathi: “Lo ungomunye wabantwana bamaHeberu.”
Indodakazi kaFaro yathi kuye: “Hamba!” Yahamba incekukazi yabiza unina womntwana.
OMiriyamu no-Aroni bakhuluma bemelene noMose ngenxa yowesifazane wakwaKushe amthathile, ngokuba wayethathile owesifazane wakwaKushe.
Igama lomka-Amramu lalinguJogebede, indodakazi kaLevi, unina wamzalela uLevi eGibithe; wazala u-Amramu o-Aroni, noMose, noMiriyam udadewabo.