UJehova wathi kuye: “Hamba, wehle, ukhuphuke, wena no-Aroni kanye nawe; kepha abapristi nabantu mabangafohli benyukele kuJehova, funa abadumele.
UEksodusi 19:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMose wehlela kubantu, wakhuluma kubo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose wayesehla, waya kubantu, wabatshela. IsiZulu 2020 UMose wehla wakhuluma nabantu. |
UJehova wathi kuye: “Hamba, wehle, ukhuphuke, wena no-Aroni kanye nawe; kepha abapristi nabantu mabangafohli benyukele kuJehova, funa abadumele.
(Ngaleso sikhathi ngema phakathi kukaJehova nani ukuba ngimemezele kini izwi likaJehova, ngokuba nesaba ngenxa yomlilo, anikhuphukanga entabeni, nithi: