UEksodusi 16:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMozisi wasesithi kuAroni: Tshono kuyo yonke inhlanganiso yabantwana bakoIsrayeli, uthi: Sondelani phambi kweNkosi, ngoba ikuzwile ukukhonona kwenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose wathi ku-Aroni: “Yisho kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ukuthi: ‘Sondelani phambi kukaJehova, ngokuba uzwile izinkonono zenu.’ ” IsiZulu 2020 UMose wathi ku-Aroni: “Tshela bonke abantu bakwa-Israyeli, uthi: ‘Sondelani kuSimakade, ngokuba ukuzwile ukukhononda kwenu.’ ” |
Kusasa niyakubona inkazimulo kaJehova; ngoba uyezwa ukukhonona kwenu ngoJehova. Thina siyini ukuthi nikhonone ngathi?
Wayesethi uMose: “Kuyakuthi uma uJehova eninika inyama kusihlwa ukuba nidle, nesinkwa ekuseni nisuthe; ngokuba uJehova uyezwa ukububula kwenu ngaye. Futhi siyini? anikhononi ngathi, kepha niphikisana neNkosi.
Koze kube nini ngibekezelela leli bandla elibi elikhonona ngami na? Ngikuzwile ukukhonona kwabantwana bakwa-Israyeli ababubula ngami.
Wayesethi uMose kuKora: “Kusasa wena nesixuku sakho sonke nibe phambi kukaJehova, wena nabo no-Aroni.