UEksodusi 16:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nansi indaba uJehova ayala ngayo: Buthani kukho, kube yilowo nalowo njengokudla kwakhe, ihomere kulowo nalowo, ngokwesibalo somzimba wakho; yilowo nalowo athathele abasetendeni lakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lokhu kuyikho uJehova ayalile ngakho ukuthi: ‘Kubutheni, kube yilowo nalowo njengokudla kwakhe; anothatha iyomere* ngomuntu ngokwenani labantu benu, yilowo nalowo abathathele abasetendeni lakhe.’ ” IsiZulu 2020 Yileli lizwi uSimakade aniyale ngalo wathi: ‘Kubutheni kube yilowo ngokwesilinganiso sakhe, i-omeri kumuntu ngokwesibalo sabantu, nithathele bonke abasemathendeni enu.’ ” |
Lapho sebelinganisa ngegomere, owayebuthe okuningi akasalanga lutho, nowayebuthe okuyingcosana akaswelanga; babutha, kwaba yilowo nalowo njengokudla kwakhe.