Kwathi kusihlwa kwenyuka izigwaca, zasibekela ikamu; ekuseni kwakulele amazolo ekamu nxazonke.
Kwathi kusihlwa kwenyuka izigwaca, zasibekela ikamu;* ngakusasa kwakulele amazolo ekamu nxazonke.
Kusihlwa kwakhuphuka izigwaca zemboza enkanjini; ekuseni kwakulele amazolo ezungeze enkanjini.
Abantu bacela, waletha izigwaca, wabasuthisa ngesinkwa sasezulwini.
Lapho amazolo ewela embhedeni ebusuku, imana lawa phezu kwawo.