U-Aroni esakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, babheka ngasehlane, bheka, inkazimulo kaJehova yabonakala efwini.
UEksodusi 16:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
U-Aroni esakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, babheka ngasehlane, bheka, inkazimulo kaJehova yabonakala efwini.
Ngikuzwile ukububula kwabantwana bakwa-Israyeli; khuluma kubo uthi: Kusihlwa niyakudla inyama, ekuseni nisuthe yisinkwa; niyakwazi ukuthi nginguJehova uNkulunkulu wenu.