UMose wabiza onke amadoda amadala akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Phumani nizithathele iwundlu ngokwezizukulwane zenu, nilihlabe iphasika.
UEksodusi 13:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wonke amazibulo ezimbongolo kumelwe uwahlenge ngewundlu; futhi uma ungayiyeki, kumelwe uyiphule intamo; wonke amazibulo omuntu phakathi kwabantwana bakho wowahlenga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Onke amazibulo ezimbongolo wowahlenga ngewundlu; uma ungawahlengi, wowaphula intamo; amazibulo onke abantu kumadodana akho wowahlenga. IsiZulu 2020 Kepha wonke amazibulo ezimbongolo uyowahlenga ngemvu, uma ungalihlengi uyolephula intamo, kuthi wonke amazibulo abantu endlini yakho uwahlenge. |
UMose wabiza onke amadoda amadala akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Phumani nizithathele iwundlu ngokwezizukulwane zenu, nilihlabe iphasika.
Khulumani kuyo yonke inhlangano yakwa-Israyeli, nithi: Ngolweshumi lwale nyanga bayakuzithathela yilowo nalowo imvu ngokwezindlu zawoyise, iwundlu ngendlu.
Ngingcwelisele onke amazibulo, konke okuvula isizalo sikanina phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, abantu nezinkomo; ngeyami.
Kodwa izibulo lembongolo wolihlenga ngewundlu; futhi uma ungamyeki, kumelwe uyiphule intamo. Wonke amazibulo amadodana akho kumelwe uwahlenge. Futhi akekho ozovela phambi kwami engenalutho.
Laba yibo abangangcoliswanga ngabesifazane; ngoba bayizintombi. Laba yibo abalandela iWundlu nomaphi lapho liya khona. Laba bahlengwa phakathi kwabantu, balibo kuNkulunkulu nakulo iWundlu.