UFaro washesha wababiza oMose no-Aroni; wathi: Ngonile kuJehova uNkulunkulu wenu nakuni.
UEksodusi 10:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 OMose no-Aroni babuyiselwa kuFaro, wathi kubo: “Hambani nikhonze uJehova uNkulunkulu wenu; kepha ngubani oyakuhamba na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE OMose no-Aroni babuyiselwa kuFaro; wathi kubo: “Hambani nimkhonze uJehova uNkulunkulu wenu; kepha ngobani abazakuhamba na?” IsiZulu 2020 Base bebuyisa kuFaro oMose no-Aroni, wayesethi kubo: “Hambani niyokhonza uSimakade uNkulunkulu wenu. Ngobani abazohamba na?” |
UFaro washesha wababiza oMose no-Aroni; wathi: Ngonile kuJehova uNkulunkulu wenu nakuni.
UFaro wambiza uMose, wathi: “Hambani nikhonze uJehova; kuphela izimvu zenu nezinkomo zenu mazime; yeka nabantwana bakho bahambe nawe.
Wababiza oMose no-Aroni ebusuku, wathi: “Sukani niphume phakathi kwabantu bami, nina nabantwana bakwa-Israyeli; nihambe niyokhonza uJehova njengokusho kwenu.
UFaro wayesebabiza oMose no-Aroni, wathi: “Hambani nihlabele uNkulunkulu wenu ezweni.”
UFaro wayesebabiza oMose no-Aroni, wathi: “Ncengani uJehova ukuba asuse amasele kimi nakubantu bami; ngiyakubavumela abantu ukuba bahambe, bahlabele uJehova.
Khulekani eNkosini (ngoba sekwanele) ukuthi kungabe kusaba khona ukuduma okukhulu lesichotho; ngiyakunivumela ukuba nihambe, ningabe nisahlala.