UJosefa wayesethi kubafowabo: “Sengiyafa, uNkulunkulu uyakuninakekela nokuninakekela, anikhiphe kuleli zwe, aniyise ezweni alifungela o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.
UEksodusi 1:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJosefa wafa kanye nabo bonke abafowabo naso sonke isizukulwane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJosefa wafa, nabo bonke abafowabo, naso sonke leso sizukulwane. IsiZulu 2020 UJosefa wafa, kwafa nabo bonke abafowabo, naso sonke leso sizukulwane. |
UJosefa wayesethi kubafowabo: “Sengiyafa, uNkulunkulu uyakuninakekela nokuninakekela, anikhiphe kuleli zwe, aniyise ezweni alifungela o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.
UJosefa wafa, eneminyaka eyikhulu neshumi; bamgqumisa ngemithi, wafakwa ebhokisini eGibithe.
Isizukulwane siyedlula, isizukulwane siyeza, kodwa umhlaba umi kuze kube nininini.
Sonke leso sizukulwane sabuthelwa koyise, kwavela esinye isizukulwane emva kwaso uJehova ayengasazi nemisebenzi ayeyenzele u-Israyeli.