U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;
UEksodusi 1:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 uDani noNafetali, uGadi no-Asheri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE noDani, noNafetali, noGadi, no-Asheri. IsiZulu 2020 uDani, uNafethali, uGadi, no-Asheri. |
U-Israyeli esehlezi kulelo zwe, uRubeni waya walala noBiliha isancinza sikayise; u-Israyeli wezwa. Amadodana kaJakobe ayeyishumi nambili;
Lawa angamadodana kaZilipa uLabani awanika uLeya indodakazi yakhe, awazalela wona uJakobe, imiphefumulo eyishumi nesithupha.
Yonke imiphefumulo eyaphuma okhalweni lukaJakobe yayiyimiphefumulo engamashumi ayisikhombisa, ngoba uJosefa wayeseGibhithe kakade.