UJehova ebona ukuthi uLeya uzondwa, wavula isizalo sakhe, kepha uRaheli wayeyinyumba.
UEksodusi 1:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe; bonke beza noJakobe kanye nendlu yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawa angamagama amadodana ka-Israyeli afika eGibithe noJakobe; yileyo naleyo yafika nomuzi wayo: IsiZulu 2020 Lawa ngamagama amadodana ka-Israyeli afika noJakobe eGibhithe; yileyo naleyo nabedlu yayo: |
UJehova ebona ukuthi uLeya uzondwa, wavula isizalo sakhe, kepha uRaheli wayeyinyumba.
Kwathi umphefumulo wakhe usaphuma, ngokuba wafa, waqamba igama layo ngokuthi uBenoni; kepha uyise wayiqamba ngokuthi uBenjamini.
Amadodana kaJosefa azalelwa wona eGibithe ayeyimiphefumulo emibili; yonke imiphefumulo yendlu kaJakobe eyafika eGibithe yayingamashumi ayisithupha neshumi.
Amagama ayisithupha awo etsheni linye, namagama ayisithupha aseleyo kwelinye itshe ngokokuzalwa kwawo.
Lawa angamagama ezizwe. Kusukela ekupheleni enyakatho, kuze kube semkhawulweni wogu lwendlela yaseHetiloni, ukuya eHamati, naseHasarenani, umkhawulo waseDamaseku ngasenyakatho, kuze kufike ogwini lwaseHamati; ngokuba lezi yizinhlangothi zalo ngasempumalanga nasentshonalanga; isabelo sikaDan.