NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe; vula kakhulu umlomo wakho, ngiwugcwalise.
UDuteronomi 5:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. IsiZulu 2020 “ ‘Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. |
NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe; vula kakhulu umlomo wakho, ngiwugcwalise.
Makungabikho nkulunkulu wezizweni kuwe; futhi aniyikukhonza unkulunkulu wezizweni.
Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.
ukuze bonke bahloniphe iNdodana, njengalokhu bedumisa uYise. Ongayihloniphi iNdodana akamhloniphi uYise oyithumileyo.
Xwayani ukuba inhliziyo yenu ingakhohliswa, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo;