Njengamazolo aseHermoni nanjengamazolo ehlela ezintabeni zaseSiyoni, ngokuba lapho uJehova wayala khona isibusiso, ukuphila kuze kube phakade.
UDuteronomi 4:48 - Contemporary Zulu Bible 2024 kusukela e-Aroweri ephezu komfula i-Arinoni, kuze kufike entabeni yaseSiyoni eyiHermoni, IBHAYIBHELI ELINGCWELE kusukela e-Aroweri eliseceleni kwesigodi sase-Arinoni kuze kube sentabeni yaseSiyoni eyiHermoni, IsiZulu 2020 kusukela e-Aroweri eliseceleni kwesigodi i-Arinoni kuya entabeni iSiyoni, okuyiHermoni, |
Njengamazolo aseHermoni nanjengamazolo ehlela ezintabeni zaseSiyoni, ngokuba lapho uJehova wayala khona isibusiso, ukuphila kuze kube phakade.
Kusukela e-Aroweri eliseceleni komfula i-Arinoni, nokusukela emzini oseceleni komfula kuze kufike kwaGileyadi, akubangakho umuzi owawunamandla kunathi; uJehova uNkulunkulu wethu usinike konke.
Leli zwe esalidla ngaleso sikhathi, kusukela e-Aroweri engasemfuleni i-Arinoni, nengxenye yezintaba zakwaGileyadi nemizi yalo ngalinika abakwaRubeni nabakwaGadi.
Ngaleso sikhathi salithatha esandleni samakhosi amabili ama-Amori izwe elingaphesheya kweJordani, kusukela emfuleni i-Arinoni kuze kube seNtabeni iHermoni;
(iHermoni amaSidoni ayibiza ngokuthi iSiriyoni, nama-Amori ayibiza ngokuthi iSeniri;)
nethafa lonke ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga kuze kufike olwandle lwaseThafeni phansi kwemithombo yasePisga.