Futhi phakathi kwemizi eniyoyinika amaLevi, kumelwe kube nemizi eyisithupha yesiphephelo, eniyoyimisela umuntu obulele, ukuze abalekele khona; naphezu kwalokho niyakwenezela imizi engamashumi amane nambili.
UDuteronomi 4:42 - Contemporary Zulu Bible 2024 ukuze umbulali abalekele khona, owabulala umakhelwane wakhe engazi, engamzondanga ngaphambili; ukuze abalekele komunye walemizi aphile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ukuba umbulali abalekele khona, obulala umakhelwane wakhe kungengamabomu, ebekade engamzondi, wothi aphile uma ebalekela komunye waleyo mizi: IsiZulu 2020 ukuba umbulali abalekele khona, obulala umakhelwane wakhe engahlosile, ebekade engamzondi, uyophila uma ebalekela komunye waleyo mizi: |
Futhi phakathi kwemizi eniyoyinika amaLevi, kumelwe kube nemizi eyisithupha yesiphephelo, eniyoyimisela umuntu obulele, ukuze abalekele khona; naphezu kwalokho niyakwenezela imizi engamashumi amane nambili.
EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.
ukuze, ngezinto ezimbili ezingaphendukiyo, okungekwenzeki ukuthi uNkulunkulu aqambe amanga ngazo, sibe lenduduzo elamandla thina esibalekeleyo ukuze sibambe ithemba elibekwe phambi kwethu;