INkosi yasisithi kuMozisi lakuAroni: Ngoba lingakholwanga kimi ukungingcwelisa phambi kwamehlo abantwana bakoIsrayeli, ngakho kaliyikungenisa lelibandla elizweni engilinika lona.
UDuteronomi 4:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaphezu kwalokho, uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wafunga ukuthi ngeke ngiwele iJordani nokuthi ngeke ngingene kulelo zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninika lona njengefa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Futhi uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, wafunga ukuthi angiyikuwela iJordani nokuthi angiyikungena kulelo zwe elihle uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho, IsiZulu 2020 “USimakade wangithukuthelela ngenxa yenu, wafunga ukuthi angiyukuliwela iJordani nokuthi angiyukungena kulelo lizwe elihle uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona, libe yifa lakho. |
INkosi yasisithi kuMozisi lakuAroni: Ngoba lingakholwanga kimi ukungingcwelisa phambi kwamehlo abantwana bakoIsrayeli, ngakho kaliyikungenisa lelibandla elizweni engilinika lona.
ngaphandle kokuthi kungabikho ompofu phakathi kwenu; ngokuba uJehova uyakukubusisa kakhulu ezweni uJehova uNkulunkulu wakho ayakukunika lona libe yifa lakho.
Ukuze kungachithwa igazi elingenacala ezweni lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho, kube phezu kwakho igazi.
Kumelwe uzilungisele indlela, wahlukanisele imikhawulo yezwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa libe izingxenye ezintathu, ukuze kuthi noma ubani onqotshiweyo abalekele khona.
Kodwa emizini yalababantu uJehova uNkulunkulu wakho azakunika yona ibe yilifa, ungaphili lutho oluphefumulayo.
Isidumbu sakhe akumelwe sihlale esihlahleni ubusuku bonke, kodwa kumelwe umngcwabe ngalolo suku; (ngokuba olengiswayo uqalekisiwe nguNkulunkulu;) ukuze lingangcoliswa izwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho.
Indoda yakhe yokuqala eyamxoshayo ayinakubuye imthathe abe ngumkayo emva kokuba esengcolisiwe; ngoba kuyisinengiso phambi kukaJehova; futhi akumelwe wenze izwe uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa one.
Uma ungena ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona libe yifa lakho, ulidle, uhlale kulo;
Kepha uJehova wangithukuthelela ngenxa yenu, akangilalelanga; uJehova wathi kimi: “Makwanele; ungabe usakhuluma nami ngaloludaba.
Wathi kubo: “Namuhla ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili; Angisakwazi ukungena nokuphuma; uJehova wathi kimi: “Awuyikuliwela leli Jordani.”