Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.
UDuteronomi 34:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 nalo lonke iNafetali, nezwe lakwa-Efrayimi, noManase, nezwe lonke lakwaJuda, kuze kube selwandle lwasentshonalanga; IBHAYIBHELI ELINGCWELE noNafetali wonke, nezwe lakwa-Efrayimi, nelakwaManase, nezwe lonke lakwaJuda kwaze kwaba selwandle lwasentshonalanga, IsiZulu 2020 lonke elakwaNafethali, elakwa-Efrayimi, elakwaManase, nalo lonke elakwaJuda kuze kufike olwandle entshonalanga. |
Wabeka izincekukazi nabantwana bazo ngaphambili, uLeya nabantwana bakhe ngemuva, noRaheli noJosefa ngemuva.
Ngizamisa imingcele yakho kusukela eLwandle lweSikefe kusiya eLwandle lwamaFilisti, kusukela enkangala kuze kufike eNayile; ngokuba ngiyakubanikela abakhileyo ezweni esandleni sakho; futhi kumelwe ubaxoshe phambi kwakho.
Umkhawulo wenu osentshonalanga uyakuba ngumkhawulo wenu woLwandle Olukhulu; lowo uyakuba ngumkhawulo wenu wasentshonalanga.
Yonke indawo lapho amathe ezinyawo zenu eyakunyathela khona iyakuba ngeyenu, kusukela ehlane naseLebanoni, kusukela emfuleni, umfula u-Ewufrathe kuze kube selwandle lwasekugcineni kuyakuba ngumkhawulo wenu.
Umkhawulo osentshonalanga wawubheke oLwandle Olukhulu nogu lwalo. Lona umkhawulo wabantwana bakwaJuda nxazonke ngezizukulwane zabo.