Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo wami, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami; waqamba igama layo ngokuthi u-Isakare.
UDuteronomi 33:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 NgoZebuloni wathi: “Jabula, Zebuloni, ngenxa yofuduko lwakho; no-Isakare ematendeni akho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE NgoZebuloni wathi: “Yenama, Zebuloni, ekuphumeni kwakho, nawe Isakare, ematendeni akho. IsiZulu 2020 “NgoZebuloni wathi: ‘Yenama, Zebuloni, ekuphumeni kwakho, nawe Isakhare, emathendeni akho. |
Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile umvuzo wami, lokhu ngamnika umyeni wami incekukazi yami; waqamba igama layo ngokuthi u-Isakare.
Umkhawulo wabo wenyukela elwandle naseMarala, wenyuka waya eDabaseti nasemfuleni ongaphambi kweJokineyamu;
Kwa-Efrayimi kwakukhona impande yabo kuma-Amaleki; emva kwakho, Bhenjamini, phakathi kwabantu bakho; kwaMagiri kwaphuma ababusi, nabakwaZebuloni abaphatha usiba lombhali.