Ngiyakunika wena nenzalo yakho emva kwakho izwe ogogobele kulo, izwe lonke laseKhanani, libe yifa laphakade; njalo ngizakuba nguNkulunkulu wabo.
UDuteronomi 32:49 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khuphukelani le ntaba yase-Abarimi entabeni yaseNebo esezweni lakwaMowabi ebhekene neJeriko; futhi ubheke izwe laseKhanani engilinika abantwana bakwa-Israyeli njengefa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Khuphukela entabeni yase-Abarimi, intaba yaseNebo esezweni lakwaMowabi, emalungana neJeriko, ulibheke izwe laseKhanani engibanika lona abantwana bakwa-Israyeli ukuba libe yifa labo, IsiZulu 2020 “Khuphukela entabeni i-Abharimi, okuyintaba iNebho kwaMowabi, eqondene neJerikho, ulibuke iKhanani engizakubanika lona abantu bakwa-Israyeli, ukuba libe yifa labo. |
Ngiyakunika wena nenzalo yakho emva kwakho izwe ogogobele kulo, izwe lonke laseKhanani, libe yifa laphakade; njalo ngizakuba nguNkulunkulu wabo.
Khuphukela eLebanoni, ubize; phakamisa izwi lakho eBashani, ukhale usemasimini, ngokuba zonke izithandwa zakho zichithiwe.
Lapho nifika ezweni laseKhanani engininika lona libe yifa, ngibeke isifo sochoko endlini yezwe lefa lenu;
UJehova wayesethi kuMose: “Khuphukela le ntaba yase-Abarimi, ubheke izwe engilinike abantwana bakwa-Israyeli.
Okhokho bethu abayilandela bayingenisa kanye loJesu empahleni yabezizwe, uNkulunkulu abaxotshayo phambi kobuso babokhokho bethu, kwaze kwaba semihleni kaDavida;
Ngokuba siyazi ukuthi uma indlu yethu yasemhlabeni eyidokodo idilizwa, sinesakhiwo esivela kuNkulunkulu, indlu engenziwanga ngezandla, eyaphakade, esezulwini.
Khuphukela esiqongweni sasePisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, nasenyakatho, naseningizimu, nasempumalanga, ukubone ngamehlo akho, ngokuba awuyikuliwela leli Jordani.