Angikhulumanga ekusithekeni, endaweni emnyama yomhlaba; Angishongo enzalweni kaJakobe ukuthi: Ngifuneni ngeze; Mina, Jehova, ngikhuluma ubulungisa, ngimemezela ubulungisa.
UDuteronomi 30:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba lo myalo engikuyala ngawo namuhla awufihlekile kuwe, futhi awukude. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngokuba lo myalo engikuyala ngawo namuhla awulukhuni kuwe, awukude. IsiZulu 2020 “Ngokuba lo myalo engikuyala ngawo namuhla awulukhuni kuwe, awukude. |
Angikhulumanga ekusithekeni, endaweni emnyama yomhlaba; Angishongo enzalweni kaJakobe ukuthi: Ngifuneni ngeze; Mina, Jehova, ngikhuluma ubulungisa, ngimemezela ubulungisa.
Uma ulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ukugcina imiyalo yakhe nezimiso zakhe ezilotshwe kule ncwadi yomthetho, futhi uma uphendukela kuJehova uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho nangawo wonke umphefumulo wakho.
Kakukho ezulwini ukuthi ungatsho ukuthi: Ngubani ozasenyukela ezulwini asilethele lona, ukuze sizwe, sikwenze?