INkosi yasisithi kuMozisi lakuAroni: Ngoba lingakholwanga kimi ukungingcwelisa phambi kwamehlo abantwana bakoIsrayeli, ngakho kaliyikungenisa lelibandla elizweni engilinika lona.
UDuteronomi 3:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khuphukela esiqongweni sasePisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, nasenyakatho, naseningizimu, nasempumalanga, ukubone ngamehlo akho, ngokuba awuyikuliwela leli Jordani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khuphukela esiqongweni sasePisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, nangasenyakatho, nangaseningizimu, nangasempumalanga, ulibheke ngamehlo akho, ngokuba awuyikuliwela leli Jordani. IsiZulu 2020 Khuphukela esicongweni iPhisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, enyakatho, eningizimu, nangasempumalanga, uzibonele ngokwakho, ngokuba awuyukuliwela leli Jordani. |
INkosi yasisithi kuMozisi lakuAroni: Ngoba lingakholwanga kimi ukungingcwelisa phambi kwamehlo abantwana bakoIsrayeli, ngakho kaliyikungenisa lelibandla elizweni engilinika lona.
Yamyisa ensimini yaseSofimi esiqongweni sasePisga, wakha ama-altare ayisikhombisa, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.
UJehova wayesethi kuMose: “Khuphukela le ntaba yase-Abarimi, ubheke izwe engilinike abantwana bakwa-Israyeli.
Wathi kubo: “Namuhla ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili; Angisakwazi ukungena nokuphuma; uJehova wathi kimi: “Awuyikuliwela leli Jordani.”
Khuphukelani le ntaba yase-Abarimi entabeni yaseNebo esezweni lakwaMowabi ebhekene neJeriko; futhi ubheke izwe laseKhanani engilinika abantwana bakwa-Israyeli njengefa.
Kodwa uzalibona ilizwe phambi kwakho; kepha awuyikungena khona ezweni engilinika abantwana bakwa-Israyeli.