UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.
UDuteronomi 3:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 IGileyadi ngalinika iMagiri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngamnika uMakiri elakwaGileyadi. IsiZulu 2020 UMakhiri ngamnika elakwaGileyadi. |
UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.
USegubi wazala uYayire, owayenemizi engamashumi amabili nantathu ezweni lakwaGileyadi.
Kumadodana kaManase: kwaMagire: ngumndeni wakwaMagiri; uMagire wazala uGileyadi; kwaGileyadi kwaphuma isizukulwane sakwaGileyadi.
Ingxenye yesizwe sakwaManase uMose wayinika izwe eBashani, kepha enye ingxenye yalo uJoshuwa wayinika phakathi kwabafowabo phesheya kweJordani ngasentshonalanga. Futhi lapho uJoshuwa wabamukisa ematendeni abo, wababusisa.