Ngalezo zikhathi kwakungekho ukuthula kophumayo nakongenayo, kepha ukuhlupheka okukhulu kwaba phezu kwabo bonke abakhileyo kulelo zwe.
UDuteronomi 28:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uzaqalekiswa ekungeneni kwakho, uqalekiswe ekuphumeni kwakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uyakuqalekiswa ekungeneni kwakho, uqalekiswe nasekuphumeni kwakho. IsiZulu 2020 “Uyakuqalekiswa ekungeneni kwakho, uqalekiswe nasekuphumeni kwakho. |
Ngalezo zikhathi kwakungekho ukuthula kophumayo nakongenayo, kepha ukuhlupheka okukhulu kwaba phezu kwabo bonke abakhileyo kulelo zwe.
UJehova uyakuthuma phezu kwakho iziqalekiso, nokuhlushwa, nesijeziso kukho konke obeka isandla sakho ukukwenza, uze ubhujiswe, ubhubhe masinyane; ngenxa yobubi bezenzo zenu oNgishiyile ngazo.