Ngoba umisile abantu bakho uIsrayeli ukuthi babe ngabantu bakho kuze kube nininini; wena Jehova waba nguNkulunkulu wabo.
UDuteronomi 27:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 UMose nabapristi bamaLevi bakhuluma ku-Israyeli wonke, bathi: “Qaphela, uzwe, Israyeli! namuhla usube yisizwe sikaJehova uNkulunkulu wakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose nabapristi bamaLevi bakhuluma kuwo wonke u-Israyeli, bathi: “Thula, ulalele, Israyeli: namuhla sewuyisizwe sikaJehova uNkulunkulu wakho. IsiZulu 2020 UMose nabaphristi abangabaLevi bakhuluma kuyena wonke u-Israyeli, bathi: “Thula, ulalele, Israyeli: namuhla sewuyisizwe sikaSimakade uNkulunkulu wakho. |
Ngoba umisile abantu bakho uIsrayeli ukuthi babe ngabantu bakho kuze kube nininini; wena Jehova waba nguNkulunkulu wabo.
Kepha manje senikhululiwe esonweni, naba yizigqila zikaNkulunkulu, nisitholile isithelo senu kube ngubungcwele, nokugcina ukuphila okuphakade.
Ngakho kumelwe ulilalele izwi likaJehova uNkulunkulu wakho wenze imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla.