Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 27:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Uzakwakhela uJehova uNkulunkulu wakho i-altare lapho, i-altare lamatshe; ungaphakamiseli isikhali sensimbi phezu kwawo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Uyakumakhela khona uJehova uNkulunkulu wakho i-altare, i-altare lamatshe, ungawaphakamiseli into yensimbi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Uyomakhela lapho uSimakade uNkulunkulu wakho i-althare, i-althare lamatshe, awuyukuwabaza ngento eyinsimbi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 27:5
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indlu, lapho yakhiwa, yakhiwa ngamatshe alungisiwe ingakafikiswa khona, ukuze kungezwakali isando, nembazo, nanto yonke yensimbi endlini, isakhiwa.


Futhi uma nifuna ukungenzela i-altare lamatshe, akumelwe nilakhe ngamatshe abaziweyo; ngoba uma uphakamisa ithuluzi lakho phezu kwalo, ungcolisile.


UMose waloba phansi onke amazwi kaJehova, waqeda ekuseni kakhulu, wakha i-altare phansi kwentaba nezinsika eziyishumi nambili ngokwezizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Kumelwe wakhe i-altare likaJehova uNkulunkulu wakho ngamatshe aphelele, unikele phezu kwalo iminikelo yokushiswa kuJehova uNkulunkulu wakho.