Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?
UDuteronomi 26:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Umpristi kumelwe athathe ubhasikidi esandleni sakho awubeke phambi kwe-altare likaJehova uNkulunkulu wakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umpristi uyakuthatha iqoma esandleni sakho, alibeke phansi phambi kwe-altare likaJehova uNkulunkulu wakho. IsiZulu 2020 Umphristi uyothatha iqoma esandleni sakho, alibeke phansi, phambi kwe-althare likaSimakade uNkulunkulu wakho. |
Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?
Uyakuya kumpristi oyakuba khona ngalezo zinsuku, uthi kuye: ‘Ngiyavuma namuhla kuJehova uNkulunkulu wakho ukuthi ngingenile ezweni uJehova alithembisa obaba ngesifungo ukusinika lona nika.
Uzakhuluma uthi phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho: Ubaba wayengumAramu owayezabhubha, wehlela eGibhithe, wahlala khona njengowezizwe labayingcosana; njalo lapho induna enkulu yaba ngumuntu olamandla njalo elabantu abanengi isizwe.