Isikali esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova, kepha isisindo esihle siyintokozo yakhe.
UDuteronomi 25:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba bonke abenza izinto ezinjalo labo bonke abenza okubi bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba bonke abenza kanjalo, bonke abenza ukungalungi, bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho. IsiZulu 2020 Ngokuba bonke abenza kanjalo, bonke abenza ukungalungi, bayisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.” |
Isikali esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova, kepha isisindo esihle siyintokozo yakhe.
Isekhona yini ingcebo yobubi endlini yomubi, nesilinganiso esincane esinengekayo na?
Ngokuba bonke abenza lezi zinto bayisinengiso kuJehova; futhi ngenxa yalezi zinengiso uJehova uNkulunkulu wakho uyazixosha phambi kwakho.
Owesifazane angagqoki okwendoda, nendoda ayiyigqoki ingubo yowesifazane; ngokuba bonke abenza lokhu bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.
ukuze kungabi khona oweqa umfowabo kunoma iyiphi indaba, ngokuba iNkosi ingumphindiseli wakho konke lokho, njengalokho sanixwayisa futhi safakaza.
Akuyikungena kuwo lutho olungcolileyo, nawo wonke amanyala namanga, kuphela abalotshiweyo encwadini yokuphila yeWundlu.