Ngilaleleni nina eniphishekela ukulunga nina enifuna uJehova; bhekani idwala enaqoshwa kulo nomthombo womgodi enambiwa kuwo.
UDuteronomi 24:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe ukhumbule ukuthi wawuyisigqila ezweni laseGibhithe; ngalokho ngiyakuyala ukwenza lokhu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wokhumbula ukuthi wawuyisigqila ezweni laseGibithe; ngalokho ngiyakuyala ukwenza le nto. IsiZulu 2020 Uyokhumbula ukuthi wawuyisigqila eGibhithe, ngalokho ngiyakuyala ukuba wenze lokhu.” |
Ngilaleleni nina eniphishekela ukulunga nina enifuna uJehova; bhekani idwala enaqoshwa kulo nomthombo womgodi enambiwa kuwo.
Kepha khumbula ukuthi wawuyisigqila eGibithe nokuthi uJehova uNkulunkulu wakho wakuhlenga khona; ngalokho ngiyakuyala ukwenza lokhu.
Uma ukha izithelo zomvini esivinini sakho, awuyikuzivuna kamuva; ziyakuba ngezomfokazi, nezentandane, nezomfelokazi.
Uma kukhona ukuphikisana phakathi kwabantu, beza esahlulelweni ukuba abahluleli babahlulele; khona-ke bayakulungisisa olungileyo, balahle omubi.
Kodwa ngenxa yokuthi iN kosi yalithanda, langoba igcine isifungo eyasifunga koyihlo, i Nkosi yalikhupha ngesandla esilamandla, yalikhulula endlini yobugqili, esandleni sikaFaro, inkosi yeGibhithe.