Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 24:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

Oyise kabayikubulawelwa abantwana, labantwana bangabulawa ngenxa yaboyise;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Oyise abayikubulawa ngenxa yabantwana, nabantwana abayikubulawa ngenxa yawoyise; yilowo nalowo uyakubulawa ngesakhe isono.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

“Oyise abayukubulawa ngenxa yamadodana, namadodana awayukubulawa ngenxa yawoyise; yilowo nalowo uyobulawa ngenxa yesono sakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 24:16
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha akababulalanga abantwana babo, wenza njengokulotshiweyo emthethweni encwadini kaMose, lapho uJehova eyala khona ngokuthi: “Oyise abayikufa ngenxa yabantwana, nabantwana abayikufa ngenxa yabantwana. Oyise, kodwa yilowo nalowo uyakufa ngesakhe isono.


Umphefumulo owonayo kumelwe ufe. Indodana ayiyikuthwala ububi bukayise, noyise akayikuthwala ububi bendodana;


Bhekani, yonke imiphefumulo ingeyami; njengomphefumulo kayise, unjalo umphefumulo wendodana yami; umphefumulo owonayo kumelwe ufe.


Inkosi yasilaya, alethwa amadoda ayemangalele uDaniyeli, awaphosela emphandwini wezingonyama, wona, nabantwana bawo, nawomkawo; amabhubesi ababamba, bawaphula onke amathambo abo, noma baze bafika phansi emgodini.


Kodwa abantwana bakaKora abazange bafe.


Inkosi yathi: “Uyakufa nokufa, Ahimeleki, wena nendlu yakho yonke.”