Kumelwe ume ngaphandle, futhi umuntu ombolekisayo kumelwe akulethele isibambiso ngaphandle.
Uyakuma ngaphandle, umuntu omtshelekayo uyakukukhiphela isibambiso phandle.
Uyokuma ngaphandle, bese umuntu omtshelekayo eletha kuwe isibambiso.
Bachitha ubusuku benqunu bengagqokile, ukuze bangabi nakuzimboza emakhazeni.
Lapho uboleka umfowenu okuthile, akumelwe ungene endlini yakhe uyothatha isibambiso sakhe.
Uma lowo muntu empofu, akumelwe ulale nesibambiso sakhe.