Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 23:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

Makungangeni mfekethi ebandleni likaJehova; angangeni ebandleni likaJehova kuze kube isizukulwane seshumi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Umntwana wesihlahla akanakungena ebandleni likaJehova, yebo, ongowakhe akayikungena ebandleni likaJehova kuze kube nasesizukulwaneni seshumi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

“Umntwana wesihlahla akanakungena ebandleni likaSimakade, yebo, ngisho isizukulwane sakhe asiyukungena ebandleni likaSimakade kuze kube sesizukulwaneni seshumi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 23:2
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Njalo indodana yowezizweni ozihlanganisa le Nkosi ingakhulumi ithi: I Nkosi ingahlukanisele lokungihlukanisa labantu bayo; nenduna mayingasho ukuthi: Bheka, ngimuthi owomileyo.


Kodwa sondelani lapha, bantwana benyanga, inzalo yesiphingi lesifebe.


noma umhlane oyisigwegwe, noma onesithunzi, noma onesici esweni lakhe, noma onokhwekhwe noma onotwayi, noma ochoboze amatshe akhe;


Kuzahlala umzwangedwa e-Ashidodi, njalo ngizachitha ukuzigqaja kwamaFilisti.


Nina nenza imisebenzi kayihlo. Basebesithi kuye: Thina kasizalwanga ngokuphinga; sinoBaba oyedwa, uNkulunkulu.


Olinyazwe ngamatshe noma enqunyiwe isitho sakhe, makangangeni ebandleni likaJehova.


Akukho mAmoni noma umMowabi oyakungena ebandleni likaJehova; bangangeni ebandleni likaJehova kuze kube isizukulwane seshumi kuze kube phakade.


Kepha uma ningalaywa abahlanganyela kukho bonke, niyizigqila, anisiwo amadodana.