Kepha mina ngithi kini: Thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nenze okuhle kwabalizondayo, nibakhulekele abaniphatha kabi, banizingele;
UDuteronomi 22:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngeke ubone imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe iwile endleleni, uzicashe kuyo; kumele umsize azithathe futhi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Awuyikubona imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe iwile endleleni, ucashe kuzo; womsiza nokumsiza ukuzivusa. IsiZulu 2020 “Awuyukubona imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe iwile endleleni, bese wena ungenzi lutho; uyomsiza impela ukukuvusa. |
Kepha mina ngithi kini: Thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nenze okuhle kwabalizondayo, nibakhulekele abaniphatha kabi, banizingele;
Ngakho-ke thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka bababuthakathaka, singazithokozisi thina.
Mina-ke ngiyakuthokozela kakhulu ukusebenzisa nokusetshenziswa ngenxa yenu; lanxa nginithanda kakhulu, ngithandwa kancinyane.
Uyakwenza njalo nakumbongolo yakhe; uyakwenze njalo nangezingubo zakhe; futhi ngakho konke okulahlekile kumfowenu, okulahlekile futhi wena ukutholile, uyokwenza kanjalo; ungase ungafihli.
Owesifazane angagqoki okwendoda, nendoda ayiyigqoki ingubo yowesifazane; ngokuba bonke abenza lokhu bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.
Siyanincenga, bazalwane, ukuba nibaxwayise abaxhwalayo, niduduze abadanileyo, nisekele ababuthakathaka, nibekezelele abantu bonke.