Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba kanje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.
UDuteronomi 22:28 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma umuntu efica intombazane eyintombi engakaganiselwa, ayibambe, alale nayo, batholakale; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uma indoda ifumana intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, baficwe, IsiZulu 2020 “Uma indoda ithola intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, bese bebanjwa oqotsheni, |
Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba kanje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.
Ngoba wamfica egangeni, intombazana eyayithenjisiwe yakhala, kodwa kwakungekho owayeyisindisa.
Khona-ke indoda elale nayo kumelwe inike uyise wentombazane amashekeli angamashumi amahlanu esiliva, futhi kumelwe ibe umkakhe; ngokuba emlulazile, angeze amlahla zonke izinsuku zakhe.