Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba kanje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.
UDuteronomi 22:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba wamfica egangeni, intombazana eyayithenjisiwe yakhala, kodwa kwakungekho owayeyisindisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba wayifumana isendle; noma intombi eyingoduso yakhala, akwabakho muntu wokuyisindisa. IsiZulu 2020 ngoba indoda iyifumane endle; noma intombi eyingoduso ikhalile, kodwa bekungekho muntu obengayihlenga. |
Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba kanje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.
lubekezelela izinto zonke, lukholwa yizinto zonke, luthemba izinto zonke, lukhuthazelela izinto zonke.
Kodwa ungenzi lutho entombini; akukho sono entombini okufanele ukufa, ngokuba njengalapho indoda ivukela umakhelwane wayo, imbulale, injalo le ndaba.
Uma umuntu efica intombazane eyintombi engakaganiselwa, ayibambe, alale nayo, batholakale;