Inkosi yathi kuye: “Yenza lokho akushilo, umhlasele, ummbele; ukuze ususe kimi nasendlini kababa igazi elingenacala uJowabe alichithile.
UDuteronomi 21:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho kumelwe ukhiphe igazi elingenacala ngaphansi kwakho uma wenza okulungile emehlweni kaJehova. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kanjalo uyakukhipha igazi elingenacala phakathi kwakho, ngokuba uyakwenza okulungile emehlweni kaJehova. IsiZulu 2020 Uyolisusa kanjalo-ke igazi elingenacala phakathi kwakho, uyokwenza okulungile emehlweni kaSimakade.” |
Inkosi yathi kuye: “Yenza lokho akushilo, umhlasele, ummbele; ukuze ususe kimi nasendlini kababa igazi elingenacala uJowabe alichithile.
Aniyikudla; ukuze kukuhambele kahle wena nabantwana bakho emva kwakho, uma wenza okulungile emehlweni kaJehova.
Lapho ulalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, ugcine yonke imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla, wenze okulungile emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakho.