Ngomnyaka weshumi nane uKedori-Lawomere namakhosi ayenaye beza, bawachitha amaRefa e-Ashiteroti-Karnayimi, namaShushi eHamu, nama-Emi eShave Kiriyatayimi;
UDuteronomi 2:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ama-Emi ayehlala kulo, abantu abakhulu, abaningi nabade njengama-Anaki; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwakuhlala khona kuqala ama-Emi, abantu abakhulu, abaningi, abade njengama-Anaki; IsiZulu 2020 Kwakuhlala khona kuqala ama-Emithe, abantu abakhulu, abaningi, nabade njengama-Anaki. |
Ngomnyaka weshumi nane uKedori-Lawomere namakhosi ayenaye beza, bawachitha amaRefa e-Ashiteroti-Karnayimi, namaShushi eHamu, nama-Emi eShave Kiriyatayimi;
U-Ishibhibenobi owayengowamadodana amaRefa, osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli angamakhulu amathathu ethusi, ebhince inkemba entsha, wacabanga ukuthi ubulele uDavide.
Bakhuphukela eningizimu, bafika eHebroni; lapho kwakukhona o-Ahimani, noSheshayi, noTalimayi, amadodana ka-Anaki. (IHebroni lakhiwa iminyaka eyisikhombisa ngaphambi kweSowani laseGibithe.)
Siyakukhuphukelaphi na? abafowethu badikibalisa izinhliziyo zethu ngokuthi: Abantu bakhulu futhi bade kunathi; imizi mikhulu, ibiyelwe ngezindonga kuze kufike ezulwini; futhi sabona amadodana ama-Anaki lapho.
nabo babebalwa njengamaRefa njengama-Anaki; kepha abakwaMowabi bababiza ngokuthi ama-Emi.