Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 19:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

Amalunga omuzi wakubo kumelwe athumele amthathe lapho amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba afe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

amalunga alowo muzi ayakuthuma amlande lapho, amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba afe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

amalunga akulowo muzi ayothumela, alandwe lapho, amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba abulawe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 19:12
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi ngempela, igazi lempilo yenu ngizolibiza; esandleni sazo zonke izilwane ngiyakulibiza, nasesandleni somuntu; esandleni somfowabo ngamunye ngiyakufuna ukuphila komuntu.


Bheka, wonke umndeni wavukela inceku yakho, wathi: ‘Sinike oshaye umfowabo, ukuze simbulale ngenxa yomphefumulo womfowabo ambulele; futhi siyobhubhisa indlalifa, futhi kanjalo bayocisha ilahle lami elisele futhi bangashiyi gama noma insali emhlabeni kumyeni wami.


Kepha uma umuntu efika kumakhelwane wakhe ngokugabadela, ukumbulala ngobuqili; kumelwe umsuse e-altare lami, ukuze afe.


Kepha uma umuntu ezonda umakhelwane wakhe, amcathamele, amvukele, amshaye aze afe, aze afe, abalekele komunye wale mizi;


Iso lakho aliyikumhawukela, kepha wosusa igazi elingenacala kwa-Israyeli, ukuze kukuhambele kahle.


Uqalekisiwe oshaya umakhelwane wakhe ngasese. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!