Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 18:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

Bayoba nezabelo ezifanayo ukuze badle, ngaphandle kwalokho okuvela ekuthengisweni kwefa lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ayakuphiwa izabelo ezilingeneyo ngaphandle kwalokho okuvela ngokuthengisa ngefa likayise.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Uyodla isabelo esilingana nesabanye, ngisho noma ebethole okuthile ngokuthengisa ngefa likayise.”

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 18:8
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngaphezu kwalokho, wayala abantu ababehlala eJerusalema ukuba banike abapristi namaLevi isabelo, ukuze baqiniswe emthethweni kaJehova.


Ngaleso sikhathi kwamiswa abathile ukuba babe ngabaphathi bamakamelo engcebo, neminikelo, nolibo nokweshumi, ukuze kuqoqwe emasimini emizi izabelo zomthetho zabapristi namaLevi ezikuyo; UJuda wajabula ngabapristi namaLevi ababelindile.


Wonke u-Israyeli emihleni kaZerubabele nangezinsuku zikaNehemiya wayenika izabelo zabahlabeleli nabalindisango, usuku ngalunye isabelo salo; bazingcwelisela amaLevi izipho ezingcwele; amaLevi angcwelisela amadodana ka-Aroni.


Futhi konke okweshumi kwezwe, okwembewu yezwe noma okwesithelo somuthi, kungokukaJehova; kungcwele kuJehova.


Kumelwe alungise owodwa wawo wonke umnikelo owenziwe ngomlilo ube ngumnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, ube ngowompristi ofafaza igazi lomnikelo wokubonga.


Bhekani, ngibanika abantwana bakwaLevi konke okweshumi kwa-Israyeli kube yifa lenkonzo yabo abayikhonzayo, inkonzo yetende lokuhlangana.


Le dule ka tlung yona eo, le ntse le ja, le ntse le nwa dintho tseo ba fanang ka tsona; hobane ya sebetsang o lokelwa ke moputso wa hae. Le se ke la ya ka ntlo le ntlo.


Khona-ke kumelwe akhonze egameni likaJehova uNkulunkulu wakhe, njengabo bonke abafowabo, amaLevi, abami lapho phambi kukaJehova.