Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 18:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

UJehova wathi kimi: “Bakhulume kahle abakukhulumile.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“UJehova wayesethi kimi: ‘Basho kahle lokho abakukhulumile.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

“USimakade wayesethi kimi: ‘Benze kahle ngalokho abakukhulumile.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 18:17
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

INkosi uJehova inginike ulimi lwabafundileyo, ukuze ngikwazi ukukhuluma izwi ngesikhathi esifanele kokhatheleyo;


INkosi uJehova yavula indlebe yami, futhi angizange ngihlubuke futhi angizange ngibuyele emuva.


UJehova wayeseselula isandla sakhe, wathinta umlomo wami. Wayesethi uJehova kimi: “Bheka, ngibekile amazwi ami emlonyeni wakho.


Ngiyakubavusela umprofethi phakathi kwabafowabo onjengawe, ngibeke amazwi ami emlonyeni wakhe; futhi uyokhuluma kubo konke engimyala ngakho.


Kungani kufanele sife manje? ngoba lomlilo omkhulu uzasiqeda; uma sisalizwa izwi likaJehova uNkulunkulu wethu, siyakufa.


UJehova wezwa izwi lamazwi enu ekukhulumeni kwenu kimi; uJehova wathi kimi: “Ngiwezwile amazwi alaba bantu abawakhulume kuwe; bakhuluma kahle kukho konke ababekukhuluma.