Ngabona ukuthi amaLevi awanikezwanga izabelo; ngokuba amaLevi nabahlabeleli abenza umsebenzi babaleka, kwaba yilowo nalowo waya ezweni lakubo.
UDuteronomi 12:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ziqaphele ukuthi ungamshiyi umLevi zonke izinsuku zakho emhlabeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Xwaya ukuba ungameyisi umLevi isikhathi sonke sokuhlala kwakho ezweni lakho. IsiZulu 2020 Qaphela, funa ningamnakekeli umLevi zonke izinsuku zokuhlala kwenu ezweni. |
Ngabona ukuthi amaLevi awanikezwanga izabelo; ngokuba amaLevi nabahlabeleli abenza umsebenzi babaleka, kwaba yilowo nalowo waya ezweni lakubo.
Kumelwe ujabule phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho, wena namadodana akho namadodakazi akho nezinceku zakho nezincekukazi zakho nomLevi osemasangweni akho; ngoba akanasabelo nafa kanye nawe.