Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 1:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

Base bephenduka bakhuphukela entabeni, bafika esigodini sase-Eshikoli, basihlola.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wona ayesephenduka, akhuphukela entabeni, afika esiGodini sase-Eshikoli, asihlola.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wona ahamba, akhuphukela kwelezintaba, afika esigodini i-Eshikholi, asihlola.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 1:24
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

nokuthi izwe linjani, noma livundile noma lizolile, noma kukhona izinkuni kulo noma lingekho. Futhi yimani isibindi niveze izithelo zomhlaba. Manje kwakuyisikhathi sezithelo zomvini ezivuthiwe.


Ngokuba lapho bekhuphukela esigodini sase-Eshikoli, balibona izwe, badumaza izinhliziyo zabantwana bakwa-Israyeli ukuba bangangeni ezweni uJehova abanika lona.


Lalunga-ke leli zwi kimi; ngathatha kini amadoda ayishumi nambili, yanye esizweni.


Athatha ezandleni zawo ezithelweni zezwe, asilethela kithi, asazisa, athi: ‘Leli yizwe elihle uJehova uNkulunkulu wethu azakusinika lona.